isizulu indaba emfishane Storyboard ידי 9f5867ed
לחפש

isizulu indaba emfishane

העתק את לוח התכנון הזה
isizulu indaba emfishane

טקסט Storyboard

  • שקופית: 1
  • Ophansi akawi!!!
  • שקופית: 2
  • Kusesikolenisamabanga aphansi eMphephethwa, lapho sithola khona intombazanyane eneminyakaeyisishiyagololunye, egama layo nguNokwazi Mbhele owenza ibanga lesine.UNokwazi lona usephenduke ihlaya kwabanye abafundi ngoba egqoka umfaniswano wesikoleongasekho ezingeni emva kokushonelwa abazali. Kusekuseni simthola uyakhalauyabalisa ngenxa yomthwala akawuthwele ongaphezu kwamandla akhe.
  • שקופית: 3
  • Kuqhamukeabangani ababili uZanele noNobubele, bambone ukuthi uyakhala bese bekhombisanangaye behleka. UZanele aqhwebe uNobubele, “mngani buka uyakhala uNokwazi, akasemubingathi yimbongolo” kusho uZanele eba eqhuma phezulu ngohleko. “Engahlala kanjanivele engabi mubi ngoba ehlezi eqhatha usizi, indlela enza ngaye ngathiukuhlupheka kuqala ngaye. Akangicasuli mase ezolokhu enyobozela efuna ukuzwelwa”,kusho uNobubele enyipha. Behambe bezebefike kuye uNokwazi bembuze ukuthiwakhala ekuseni kwenzenjani. “Ngilambile,ngiphelelwa nangamandla manje, ukudla yilokhu ngikugcine izolo lana esikoleni, sacellaningipha okuncane ngibambe umoya noma kungaba isilayisi esisodwa sesinkwa”,kusho uNokwazi ngezwi eligcwele izinyembezi. “Hawe dade weNa nokuphendula abathelengemvula yezinyembezi. “Yo! Mngani asambe singaze nathi sithole amabhadisigcine sesihlupheka njengaye” kusho uZanele edonsa umngani wakhe.
מעל 40 מיליון לוחות סטוריבורד נוצרו
אין הורדות, אין כרטיס אשראי ואין צורך בכניסה כדי לנסות!
Storyboard That Family