Hjemmeside
Ressurser
Priser
Lag en Storyboard
Søke
isizulu indaba emfishane
Lag et Storyboard
Kopier dette storyboardet
Les denne boken!
LES FOR MEG
Lag din egen!
Kopiere
Storyboard Tekst
Lysbilde: 1
Ophansi akawi!!!
Lysbilde: 2
Kusesikolenisamabanga aphansi eMphephethwa, lapho sithola khona intombazanyane eneminyakaeyisishiyagololunye, egama layo nguNokwazi Mbhele owenza ibanga lesine.UNokwazi lona usephenduke ihlaya kwabanye abafundi ngoba egqoka umfaniswano wesikoleongasekho ezingeni emva kokushonelwa abazali. Kusekuseni simthola uyakhalauyabalisa ngenxa yomthwala akawuthwele ongaphezu kwamandla akhe.
Lysbilde: 3
Kuqhamukeabangani ababili uZanele noNobubele, bambone ukuthi uyakhala bese bekhombisanangaye behleka. UZanele aqhwebe uNobubele, “mngani buka uyakhala uNokwazi, akasemubingathi yimbongolo” kusho uZanele eba eqhuma phezulu ngohleko. “Engahlala kanjanivele engabi mubi ngoba ehlezi eqhatha usizi, indlela enza ngaye ngathiukuhlupheka kuqala ngaye. Akangicasuli mase ezolokhu enyobozela efuna ukuzwelwa”,kusho uNobubele enyipha. Behambe bezebefike kuye uNokwazi bembuze ukuthiwakhala ekuseni kwenzenjani. “Ngilambile,ngiphelelwa nangamandla manje, ukudla yilokhu ngikugcine izolo lana esikoleni, sacellaningipha okuncane ngibambe umoya noma kungaba isilayisi esisodwa sesinkwa”,kusho uNokwazi ngezwi eligcwele izinyembezi. “Hawe dade weNa nokuphendula abathelengemvula yezinyembezi. “Yo! Mngani asambe singaze nathi sithole amabhadisigcine sesihlupheka njengaye” kusho uZanele edonsa umngani wakhe.
Over
40 millioner
storyboards laget
Ingen Nedlastinger, Ingen Kredittkort og Ingen Pålogging Nødvendig for å Prøve!